TOURISM FESTIVAL

NEWS ROOM:

UMASIPALA WASE MZIMKHULU UBAMBE I-MAYORAL IMBIZO E-MYEMBE, e-WARD 6

Ngokuholwa yiMeya yaloMasipala Ohliniphekile uCllr. Jabulile Msiya ephelezelwa yiSekela- Meya uCllr. Bhekamahlongwa Lukhakhayi ,uSomlomo uCllr. Gugulethu Mavuma ,uCllr. Thandeka Machi oyilugu lesiGungu Esiphezulu (EXCO) uCllr. Lonwabo Ndzimande , uMuninicipal Manager uDr. Andile C. Ngqoyiya.

Ngemuva kwenkulumo yeMeya yaloMasipala umphakatha wakuleya ndawo uthole ithoba lokuqonda kabanzi nokwethula iziphakamiso nemibono yabo. Lomphakathi waseMyembe wamukele ubuholi wazvakalisa ukubonga kwawo njengoba uMasipala uzifikele ukuzobalalela.

Phakathi kweziphakamiso ukulungiswa kwesimo esingesihle somgwaqo wase Myembe, odingo ne bridge kanye nokufakwa kogesi emizini eqeda kwakhiwa. OkaMsiya ukuqinisekisile ukuthi lo mgwaqo uzokubekwa eqhulwini ezinhlelweni.

#doingitforyou